Kukhona izinsuku lapho yonke into ihamba kabi. Ngenkathi usuthi cha sengikubone konke, kuvele okunye. Kwakunjalo ngelanga engahlangana ngalo noPalesa. Konke okwakwenzeka kwakukekela, kuhambisa okwenkalankala.
Uhlelo lwami beluluhle. ULwesine. Ngakusasa ngiyahola futhi ngithathe nelivu. Nginezinsuku ezintathu zokuba nesithandwa sami u Xoliswa. Besivumelane ngokuthi ngizomlanda ebusuku. Ngaphambi kokuthi ngiphume endlini. Afone. Emsebenzini kuvele okuphuthamayo. Nelivu yakhe bathe akayihlehlise. Bazobe besebenza nangoMgqibelo nangeSonto. Kungangithusi loko ngoba umsebenzi wakhe unokukwenza loko. Phela uyi engineer le eSasolberg. Banokusebenza izikhathi ezihlanyisayo. Nokho asho ukuthi usesendlini.
Noma kunjalo, kube nento engitshelayo nje ukuthi izinto zimi lubhojozi. Kube nento engaphakathi esho ukuthi akusiye u Xoliswa wami engimjwayele lo. Kungabe indlela asho ngayo noma ukuba phansi kwe phimbo lakhe? Ngigcine ngizitshele ukuthi ukhathele. Ake ngimjabulise ngokuthi ngiyombona engangilindelanga. Yimi lowaya ngingena indlela.
Uma ngifika kubo ngibone ukuthi ngikhohlwe ucingo lwami endlini. Kube yiko ukuthi ngizophuma emotweni ngiyongqongqoza. Seliguqubele manje kanti kumakhaza. Ngingene ngaphakathi ebaleni ngingqongqoze. Kuphume okuyinganyana yakhona. Ngiyithume ukuthi ingibizelwe u Xoliswa.
Saqhuma isilungu semodel c emntwaneni:
“Xoliswa is not here. She is on her way to Cape Town. With her new boyfriend.”
Ngenkathi udadewabo ka Xoliswa omdala eqambe efika, ethi ubamba ingane umlomo, yabe seyiwuchithile umuthi inkonyane. Wathi uyakhuluma wangwandaza nje. Nezulu lavele lakhetha lowomzumzu ukuthi liyidedele. Ngaphuthuma ukuyongena emotweni. Ngayishaya yazula.
Mangilapho ko Enerdale, ngibone ukuthi ngigijima kakhulu naku seyikhala ngo petrol imoto. Ngehlise impela ijubane sengiyingcengela ukuthi nje ifike ekhaya. Ngihamba nje sengithe ukuphola yilendaba ka Xoliswa. Ngiyazibuza ngiyaziphendula iqale nini lento. Sesithandane iminyaka emibili yonke. Ngokwazi kwami izinto bezisahamba kahle.
Ngingalitholi ithuba lokuqhubeka nemidlinzo yami qhumiyane ithayi.
“Kanti ngoneni kabani namhlanje?”
Ngimise imoto. Ngiqale ngiqubise ngithi imvula iyadlula. Emva kwemizuzu emihlanu ngizidele ngiphume ngilishintshe ithayi. Noma ngizamile ukushesha ngibe manzi. Ngigodole. Mangibuyela emotweni ngiyivulele yonke i heater, noma ngisaba ukuthi izosheshe ingiqedele u petrol. Ngiyincenge kancane imoto lapho sengihamba ngo 80. Mangiphuma ku freeway e Isando, ngibonge kona ukuthi indlela isiyehlela kuzo kuyofika e Edleen lapho ngihlala. Sengomile. Kufudumele kamnandi emotweni.
Ngisahamba lapho nje, ngibone umuntu umile eceleni kwendlela ucela ilift. Ngibheke isikhathi. U twelve ushayile. Usisi. Ngime. Ngivule iwindi:
“Iyaphi indlela?” Ngimemeza.
Asondele ewindini. “Ngiya eTembisa eMthambeka.”
“Ngena sixoxe ngaphakathi.”
Angene. Umanzi nte. Uyaqhaqhazela kushayana amazinyo. Kuke konke loko ngibone ukuthi wamuhle umuntu.
“Ngeke ngikwazi ukukusa eTembisa. Anginawo u Petrol. Kanti ke futhi ngeke ngikushiyele izigebengu. Kunjani ulale kwami. Uzovuka uhambe ekuseni.”
Abe nokungabaza kodwa agcine ngokuvuma. Sihambe. Kufikeke kahle. Noma indlu yami inamakamelo amthathu, kodwa lawa amanye awanamibhede. Ngisaphemba. Empeleni ungathi ngihlala ekamelweni nasekhishini kuphela. ITV, i two seater coach nombhede konke kusekameleni lami. Singene khona ke.
Ngikhiphe i gown yami kanye nethawula eli clean kuwadrobe. Ngimnike kona. Ngimkhombe ebathroom le engaphakathi ekameleni ukuthi akhumule izingubo zakhe ezimanzi. Ngixhume i heater, ngiye e khishini. Ngifike ngenze isobho leli elisemaphaketheni. Ngibuye nelakhe nelami.
Aphume e bathroom. Ahlale eduze kwami kwi coach sothe i heater. Athathe i soup yakhe ayiphuze. Amoyizele. Athi: “Ngiyabonga. Ungisize kakhulu.” Useyekile nokuqhaqhazela.
“Izinto ezincane lezi. Ake usho ubekwa yini emgwaqeni ebusuku kangaka.?”
Angixoxele nge boyfriend yakhe abeye kuyo ehlala e Protea, e Soweto. Akayitholanga. Wakhetha ukubuya. I Soweto ne Kempton Park kuqhelelene uhamba ngemoto. Angiphathi ke amatekisi. Emva kokuphuza i soup, ngimvulele amanzi ebhavini. Ngimenzele i bubble bath, ukuthi akhiphe amakhaza.
Mangithatha iphone ngibone ukuthi sewungenile umholo. Ngithathe izikhiye ngiphume masinyane. Ngithele u petrol bese ngiphuthuma e Macdonalds, iyona evuliwe ngalesikhathi. Phela ifridge yempohlo ayinalutho.
Mangibuya nje, naye aphume e bathroom. Kummangaze ukuthi sekunokudla masinya kangaka. Aphume ephethe iphenti lakhe. Alichaye ku carpet phambi kweheater. Sibhekane sihleke.
“Ayikho iyenzi.” Asho elibeka kahle.
Ngisukume ngiye ewadrophini ngithathe ama under ami e Jockey angakavulwa ngimnike.
“Noma engathi ngimncane nje kunawe zama la.”
Athathe emhlophe athi: “Lena vele ifana nelinye lamaphenti ami. Avele asukume ayifake khona lapho. Noma eyikhuphula ngaphansi kwegown kodwa izitho zakhe ezikhanyayo zithi lungu. Uma ngingaphosisi impela nethanga elisame kahle lithe shwi phambi kwamehlo ami.
Akusaboni mina phela. Ubafo usethi fuku-fuku lapha e andeni. Uthi jabula mthondo uzodla. UXoliswa usephume nya engqondweni. Ngizibone sengisukumile. Ngimbambele eduze. Ngimqabule. Aphendule. Sisabambene kunjalo, ahlehle. Ahlale ku coach. I smile asisekho.
“Yimbi kabi i Mcdonalds isibanda.” Asho ethatha i burger edla. Sidle buthule. Ngisukume ngiyokwenza ikhofi. Ngenhlanhla ikhona i ‘de caf” athe ukholwa yiyo. Ngibuye siqedele ukudla. Siphuze. Kube mnandi. Emva kwesikhathi silale. Angithi singene embhedeni. Ngimphathaphathe phansi kweduvet. Ngenhlanhla lomama ongiwashelayo bekuwusuku lakhe. Kuwashiwe Ku ayiniwe. Kunuka i Sta Soft.
Ulele ubheke phezulu. Ngimphathaphathe umzimba wonke. Amathanga. Amahips. Amabele. Aphenduke. Siqabulane. Ngehlise isandla ngenkathi ngenkathi sibhizi emlonyeni. Ngisihambise phezu kwezinza, ngiye ngisifake phakathi kwamathanga. Ngizwe khona phezu kwe anda ukuthi umanzi. Ngi …
Aphenduke abheke ngakimi. Angiqhelise. Nami ngihoxe nginokudangala.
“Nginesicelo esisodwa nje.”
“Khuluma ngilalele.”
Ngicabange ukuthi uzongibuza ama condom. Sengiwafake ngaphansi komqamelo engaboni. Kodwa kube khona okungitshelayo lesitimela siyaphuma emzileni wamacondom.
“Ngicela ungivikele.”
“Qhubeka…”
“Ngicela ungivikele kimi. Yekela ukuzama ukungi charmer. I’m charmed already. Umzimba wami wonke uyavuma uyakufuna. Uzizwele nawe ukuthi ngimanzi manje. Kodwa kunezwi elincane eliphambana neningi. Lingitshela ukuthi ngizozisola. Ngiyakuthembisa ukuthi uma ngabe loku kwaukudaliwe, kuyokwenzeka, kuyoba mnandi kakhulu.
Kwaba nzima kona. Kodwa ngamnika isicelo sakhe u Palesa.
Sazama ukuphuma kwezikamabhebhana ngokuthi sixoxe kuze kuse. Sixoxa ngezithandwa zethu kuye kufike ekukhuleni kwethi nemisebenzi yethu.
Ngangiqondi ukuthi lento iyophelelaphi. Ingani ngokuhamba kwesikhathi kwathiwa angiqale phansi ngishele. Ebuza nokubuza ukuthi ngake ngakubonaphi kuqalwa nokugcinwa ngako.
Mhla zilunga izinto wafika endlini ephethe ipack yamaphenti. Wakhipha lalinye wathi angiligqoke.
Uma ekhumula isiketi sakhe kuvele i under engangimnike yona.
Sajahana endlini sihamba ngephenti ne under…